Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 22:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  6 Kodwa mina ngiyisibungu, angiyena umuntu,

      Abantu bayangidelela,* bangibukela phansi. +

  • Isaya 53:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  7 Wacindezelwa, + wavuma ukuba ahlushwe, +

      Kodwa wayengawuvuli umlomo wakhe.

      Walethwa njengemvu izohlatshwa, +

      Njengemvu ethule phambi kwabagundi bayo,

      Wayengathi vu ngomlomo wakhe. +

  • Daniyeli 9:26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 “Ngemva kwamasonto angu-62, uMesiya uyonqunywa *+ angasalelwa lutho. +

      “Abantu bomholi ozayo bayocekela phansi idolobha nendawo engcwele. + Isiphelo salo siyoba ngesikhukhula. Kuyoba nempi kuze kube sekupheleni; uNkulunkulu unqumile ukuthi kuyoba nencithakalo. +

  • Luka 22:37
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 37 Ngoba ngiyanitshela ngithi okulotshiwe kumele kufezeke kimi, okuwukuthi, ‘Wabalwa kanye nabangenamthetho.’ + Ngoba kuyagcwaliseka lokho okuphathelene nami.” +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela