26 “Ngemva kwamasonto angu-62, uMesiya uyonqunywa + angasalelwa lutho. +
“Abantu bomholi ozayo bayocekela phansi idolobha nendawo engcwele. + Isiphelo salo siyoba ngesikhukhula. Kuyoba nempi kuze kube sekupheleni; uNkulunkulu unqumile ukuthi kuyoba nencithakalo. +