25 Uyoxoshwa kubantu uhlale nezilwane zasendle, uyonikwa utshani ukuba udle njengezinkomo; uyomanziswa amazolo ezulu, + kudlule phezu kwakho + izikhathi eziyisikhombisa, + uze wazi ukuthi oPhezukonke unguMbusi embusweni wabantu, nokuthi uwunika lowo afuna ukumnika wona. +