Johane 14:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Kanti, uma ngihamba nginilungisela indawo, ngiyobuye ngize mina uqobo nginamukele ekhaya, ukuze lapho ngikhona nani nibe khona. + Johane 17:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 Baba, ngifisa ukuthi labo onginike bona, babe nami lapho ngikhona, + ukuze babone inkazimulo yami onginike yona ngoba wangithanda ngaphambi kokusungulwa kwezwe. + 1 Thesalonika 4:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Ngemva kwalokho thina esiphilayo esisekhona siyothathwa kanye nabo ngamafu + ukuze sihlangabeze iNkosi + emoyeni; kanjalo siyoba neNkosi ngaso sonke isikhathi. +
3 Kanti, uma ngihamba nginilungisela indawo, ngiyobuye ngize mina uqobo nginamukele ekhaya, ukuze lapho ngikhona nani nibe khona. +
24 Baba, ngifisa ukuthi labo onginike bona, babe nami lapho ngikhona, + ukuze babone inkazimulo yami onginike yona ngoba wangithanda ngaphambi kokusungulwa kwezwe. +
17 Ngemva kwalokho thina esiphilayo esisekhona siyothathwa kanye nabo ngamafu + ukuze sihlangabeze iNkosi + emoyeni; kanjalo siyoba neNkosi ngaso sonke isikhathi. +