Johane 20:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 UJesu wathi kuye: “Yeka ukunamathela kimi, ngoba angikanyukeli kuBaba. Kodwa hamba uye kubafowethu + uthi kubo, ‘Nginyukela kuBaba + noYihlo, kuNkulunkulu wami + noNkulunkulu wenu.’ ” 1 Korinte 11:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Kodwa ngifuna nazi ukuthi inhloko yawo wonke amadoda uKristu; + nenhloko yowesifazane yindoda; + nenhloko kaKristu uNkulunkulu. + 1 Korinte 15:28 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 28 Kodwa lapho zonke izinto sezibekwe ngaphansi kwakhe, khona-ke neNdodana ngokwayo iyozithoba kuLowo owabeka zonke izinto ngaphansi kwayo, + ukuze uNkulunkulu abe yikho konke kuwo wonke umuntu. + Filipi 2:5, 6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Yibani nalesi simo sengqondo esasikhona nakuKristu Jesu, + 6 owathi nakuba ayenjengoNkulunkulu, + wangakucabanga ngisho nokukucabanga ukuzama ukulingana noNkulunkulu. +
17 UJesu wathi kuye: “Yeka ukunamathela kimi, ngoba angikanyukeli kuBaba. Kodwa hamba uye kubafowethu + uthi kubo, ‘Nginyukela kuBaba + noYihlo, kuNkulunkulu wami + noNkulunkulu wenu.’ ”
3 Kodwa ngifuna nazi ukuthi inhloko yawo wonke amadoda uKristu; + nenhloko yowesifazane yindoda; + nenhloko kaKristu uNkulunkulu. +
28 Kodwa lapho zonke izinto sezibekwe ngaphansi kwakhe, khona-ke neNdodana ngokwayo iyozithoba kuLowo owabeka zonke izinto ngaphansi kwayo, + ukuze uNkulunkulu abe yikho konke kuwo wonke umuntu. +
5 Yibani nalesi simo sengqondo esasikhona nakuKristu Jesu, + 6 owathi nakuba ayenjengoNkulunkulu, + wangakucabanga ngisho nokukucabanga ukuzama ukulingana noNkulunkulu. +