Luka 24:48 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 48 Kumele nibe ofakazi balezi zinto. + IzEnzo 1:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Kodwa nina nizokwamukela amandla lapho umoya ongcwele ufika phezu kwenu, + nizoba ofakazi + bami eJerusalema, + kulo lonke elaseJudiya naseSamariya, + nasezingxenyeni ezikude kakhulu* zomhlaba.” + IzEnzo 2:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 “Madoda akwa-Israyeli, yizwani la mazwi: UJesu umNazaretha wayengumuntu uNkulunkulu amveza obala kini ngemisebenzi yamandla nezimangaliso nezibonakaliso uNkulunkulu azenza ngaye phakathi kwenu, + njengoba nje nani ngokwenu nazi. IzEnzo 5:32 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 32 Thina singofakazi balezi zindaba, + kanjalo nomoya ongcwele, + lowo uNkulunkulu awunike labo abamlalelayo njengombusi.”
8 Kodwa nina nizokwamukela amandla lapho umoya ongcwele ufika phezu kwenu, + nizoba ofakazi + bami eJerusalema, + kulo lonke elaseJudiya naseSamariya, + nasezingxenyeni ezikude kakhulu* zomhlaba.” +
22 “Madoda akwa-Israyeli, yizwani la mazwi: UJesu umNazaretha wayengumuntu uNkulunkulu amveza obala kini ngemisebenzi yamandla nezimangaliso nezibonakaliso uNkulunkulu azenza ngaye phakathi kwenu, + njengoba nje nani ngokwenu nazi.
32 Thina singofakazi balezi zindaba, + kanjalo nomoya ongcwele, + lowo uNkulunkulu awunike labo abamlalelayo njengombusi.”