IHubo 22:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Bonke abangibonayo, bangenza inhlekisa; +Balokhu behleka usulu, benikina namakhanda abo: + IHubo 34:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Uqapha wonke amathambo akhe;Akukho nelilodwa lawo eliphuliwe. + IHubo 69:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Kodwa esikhundleni sokudla banginika ushevu, *+Lapho ngomile bangiphuzisa uviniga. + IHubo 118:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Itshe elenqatshwa abakhiSelibe yitshe legumbi* eliyinhloko. + Isaya 50:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Umhlane wami ngawunika abangishayayo,Nezihlathi zami labo abancothula intshebe. Ubuso bami angizange ngibufihlele izinto ezilulazayo nokukhafulelwa ngamathe. + Isaya 53:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Wadelelwa wagwenywa ngabantu, +Umuntu okwakumele ezwe* ubuhlungu, owayejwayelene nokugula. Kwakunjengokungathi ubuso bakhe babufihliwe kithi.* Wadelelwa, futhi sambheka njengongento yalutho. + Isaya 53:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Wahlatshwa + ngenxa yesiphambeko sethu; +Wahlukunyezwa kakhulu ngenxa yezono zethu. + Wathwala isijeziso ukuze sibe nokuthula, +Ngenxa yamanxeba akhe selashwa. +
6 Umhlane wami ngawunika abangishayayo,Nezihlathi zami labo abancothula intshebe. Ubuso bami angizange ngibufihlele izinto ezilulazayo nokukhafulelwa ngamathe. +
3 Wadelelwa wagwenywa ngabantu, +Umuntu okwakumele ezwe* ubuhlungu, owayejwayelene nokugula. Kwakunjengokungathi ubuso bakhe babufihliwe kithi.* Wadelelwa, futhi sambheka njengongento yalutho. +
5 Wahlatshwa + ngenxa yesiphambeko sethu; +Wahlukunyezwa kakhulu ngenxa yezono zethu. + Wathwala isijeziso ukuze sibe nokuthula, +Ngenxa yamanxeba akhe selashwa. +