Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IzEnzo 18:14, 15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 Kodwa lapho uPawulu esezokhuluma, uGaliyu wathi kumaJuda: “Ukube ngempela bekuwububi obuthile noma icala elibi, maJuda, bekuyofaneleka ukuba nginilalele ngesineke. 15 Kodwa uma niphikisana ngenkulumo nangamagama nangomthetho wenu, + ziboneleni nina. Angifisi ukuba umahluleli walezi zinto.”

  • IzEnzo 23:26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 “Mina Klawudiyu Lisiya, ngikubhalela le ncwadi wena Mhlonishwa, Mbusi Feliksi: Ngiyabingelela!

  • IzEnzo 23:29
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 29 Ngayithola ibekwa icala ngezinto eziphathelene noMthetho wawo, + kodwa ingamangalelwa nangento eyodwa eyenza ifanelwe ukufa noma ukuboshwa.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela