Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IzEnzo 18
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

IzEnzo Okuphakathi

      • Inkonzo kaPawulu eKorinte (1-17)

      • Ubuyela e-Antiyokiya yaseSiriya (18-22)

      • UPawulu uya eGalathiya naseFrigiya (23)

      • U-Apholo oqephuzayo uthola usizo (24-28)

IzEnzo 18:1

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 148

    “Yonke ImiBhalo,” kk. 210, 214

IzEnzo 18:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 18:24, 26; 1Ko 16:19; 2Ti 4:19

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 137

    I-Phaphama!,

    4/2011, k. 12

    INqabayokulinda,

    11/15/2003, kk. 19-20

    12/15/1996, k. 22

    6/15/1990, kk. 18-19

    “Yonke ImiBhalo,” k. 206

    Izwi LikaNkulunkulu, kk. 61-62

IzEnzo 18:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 20:34; 1Ko 4:11, 12; 9:15; 1Th 2:9; 2Th 3:8, 10

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, kk. 148-151

    INqabayokulinda,

    11/1/2012, k. 15

    3/1/2009, kk. 26-27

    11/15/2003, kk. 19-20

    12/15/1996, kk. 22-23

    12/1/1992, kk. 28-29

    6/15/1990, kk. 18-19

    11/15/1986, k. 19

    I-Phaphama!,

    1/22/1991, k. 16

IzEnzo 18:4

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Wayebonisana nabo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 4:23
  • +IzE 17:2

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa, isihloko 88

    INqabayokulinda,

    3/15/1999, k. 15

IzEnzo 18:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 15:27; 17:14
  • +IzE 16:1, 2; 1Th 3:6
  • +IzE 17:2, 3; 28:23

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 151

    INkonzo YoMbuso,

    4/2001, k. 3

    INqabayokulinda,

    7/1/1991, k. 28

IzEnzo 18:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 10:14
  • +Hez 33:4
  • +IzE 20:26
  • +IzE 13:46; 28:28; Rom 1:16

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 151

    INqabayokulinda,

    10/1/1996, kk. 21-22

IzEnzo 18:7

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Okuwukuthi, esinagogeni.

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 151

    I-Phaphama!,

    1/22/1991, k. 16

    INqabayokulinda,

    6/15/1990, kk. 18-19

IzEnzo 18:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Ko 1:14

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 151

IzEnzo 18:9

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, kk. 152-153

    INqabayokulinda,

    11/1/1997, k. 11

IzEnzo 18:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 28:20

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, kk. 152-153

    INqabayokulinda,

    11/1/1997, k. 11

IzEnzo 18:11

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    “Yonke ImiBhalo,” kk. 217-218

IzEnzo 18:12

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Umbusi wesifundazwe ongumRoma. Bheka uHlu Lwezincazelo Zamagama.

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, kk. 152-153

    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele, k. 1924

    INqabayokulinda,

    5/1/2012, k. 23

    6/15/1990, k. 19

    I-Phaphama!,

    1/22/1991, k. 16

    “Yonke ImiBhalo,” k. 292

IzEnzo 18:13

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 153

IzEnzo 18:14

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 153

IzEnzo 18:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 23:29; 25:19

IzEnzo 18:16

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 155

IzEnzo 18:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Ko 1:1

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 153

    INqabayokulinda,

    5/15/2008, k. 32

    6/15/1990, k. 19

IzEnzo 18:18

Izikhombo Zezincwadi

  • +Rom 16:1

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, kk. 152, 154

    INqabayokulinda,

    5/15/2008, k. 32

    6/15/1990, k. 19

IzEnzo 18:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 17:2

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    “Yonke ImiBhalo,” k. 221

IzEnzo 18:21

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka iSithasiselo A5.

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 160

IzEnzo 18:22

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Kubonakala sengathi waya eJerusalema.

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 15:36

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 154

IzEnzo 18:23

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 16:6
  • +IzE 14:21, 22; 15:32

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 160

    “Yonke ImiBhalo,” k. 218

IzEnzo 18:24

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 19:1; 1Ko 1:12; 3:5, 6

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    10/1/1996, kk. 20-21

IzEnzo 18:25

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “wayefundiswe ngomlomo.”

  • *

    Bheka iSithasiselo A5.

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    6/15/2010, k. 11

    10/1/1996, kk. 20-21

    Abamemezeli, k. 149

IzEnzo 18:26

Izikhombo Zezincwadi

  • +Rom 16:3; 1Ko 16:19

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 159

    INqabayokulinda,

    6/15/2010, k. 11

    11/15/2003, kk. 18-19

    10/1/1996, k. 21

    6/15/1990, kk. 19-20

IzEnzo 18:27

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    10/1/1996, k. 21

IzEnzo 18:28

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 18:15; IHu 16:10; Isay 7:14; Mik 5:2

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    10/1/1996, kk. 21-22

Ukulandisa Kwamanye AmaBhayibheli

Cofa inombolo yevesi ukuze ubone amavesi eBhayibheli anokulandisa okufanayo.

Okunye

IzE. 18:2IzE 18:24, 26; 1Ko 16:19; 2Ti 4:19
IzE. 18:3IzE 20:34; 1Ko 4:11, 12; 9:15; 1Th 2:9; 2Th 3:8, 10
IzE. 18:4Mat 4:23
IzE. 18:4IzE 17:2
IzE. 18:5IzE 15:27; 17:14
IzE. 18:5IzE 16:1, 2; 1Th 3:6
IzE. 18:5IzE 17:2, 3; 28:23
IzE. 18:6Mat 10:14
IzE. 18:6Hez 33:4
IzE. 18:6IzE 20:26
IzE. 18:6IzE 13:46; 28:28; Rom 1:16
IzE. 18:81Ko 1:14
IzE. 18:10Mat 28:20
IzE. 18:15IzE 23:29; 25:19
IzE. 18:171Ko 1:1
IzE. 18:18Rom 16:1
IzE. 18:19IzE 17:2
IzE. 18:22IzE 15:36
IzE. 18:23IzE 16:6
IzE. 18:23IzE 14:21, 22; 15:32
IzE. 18:24IzE 19:1; 1Ko 1:12; 3:5, 6
IzE. 18:26Rom 16:3; 1Ko 16:19
IzE. 18:28Dut 18:15; IHu 16:10; Isay 7:14; Mik 5:2
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • Funda Kuleli Bhayibheli: INguqulo Yezwe Elisha (bi12)
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
IzEnzo 18:1-28

IzEnzo ZabaPhostoli

18 Ngemva kwalokho wahamba e-Athene wafika eKorinte. 2 Wathola umJuda ogama lakhe lingu-Akhwila, + ongowokuzalwa ePhontu, owayesanda kufika evela e-Italiya ehamba noPrisila umkakhe, ngenxa yokuthi uKlawudiyu wayeyale wonke amaJuda ukuba ahambe eRoma. Ngakho waya kubo, 3 ngenxa yokuthi babenza umsebenzi ofanayo, wahlala emzini wabo, wasebenza nabo, + umsebenzi wabo kwakuwukwenza amatende. 4 Wayenikeza inkulumo* esinagogeni + masabatha onke + futhi ethonya amaJuda namaGreki.

5 Lapho uSila + noThimothewu + befika bevela eMakedoniya, uPawulu waba matasa kakhulu ngezwi likaNkulunkulu, efakaza kumaJuda ukuze abonise ukuthi uJesu unguKristu. + 6 Kodwa ayelokhu emphikisa uPawulu futhi emhlambalaza, wathintitha izingubo zakhe + wathi kuwo: “Igazi lenu malibe semakhanda enu. + Ngimsulwa. + Kusukela manje kuqhubeke ngizoya kubantu bezizwe.” + 7 Ngakho wasuka lapho* wangena endlini yomuntu ogama lakhe linguThithiyu Justu, isikhonzi sikaNkulunkulu, esasinendlu eceleni kwesinagoge. 8 Kodwa uKrispu, + isikhulu esengamele sesinagoge, wakholwa yiNkosi, kanye nawo wonke umndeni wakhe. Abaningi kwabaseKorinte abezwa izindaba ezinhle, bakholwa futhi babhapathizwa. 9 Ngaphezu kwalokho, ebusuku iNkosi yathi kuPawulu ngombono: “Ungesabi, kodwa qhubeka ukhuluma, ungathuli, 10 ngoba nginawe, + akekho umuntu ozokuhlasela akulimaze; ngoba nginabantu abaningi kuleli dolobha.” 11 Ngakho wahlala lapho unyaka nezinyanga eziyisithupha, efundisa izwi likaNkulunkulu phakathi kwabo.

12 Ngesikhathi uGaliyu engumphathi-sifundazwe* wase-Akhaya, amaJuda abambisana ahlasela uPawulu amyisa esihlalweni sokwahlulela, 13 ethi: “Lo muntu ugqugquzela abantu ukuba bakhonze uNkulunkulu ngendlela ephambene nomthetho.” 14 Kodwa lapho uPawulu esezokhuluma, uGaliyu wathi kumaJuda: “Ukube ngempela bekuwububi obuthile noma icala elibi, maJuda, bekuyofaneleka ukuba nginilalele ngesineke. 15 Kodwa uma niphikisana ngenkulumo nangamagama nangomthetho wenu, + ziboneleni nina. Angifisi ukuba umahluleli walezi zinto.” 16 Ngemva kwalokho wawaxosha esihlalweni sokwahlulela. 17 Ngakho wonke abamba uSostene, + isikhulu esengamele sesinagoge, amshaya phambi kwesihlalo sokwahlulela. Kodwa uGaliyu akenzanga lutho nhlobo ngalezi zinto.

18 Nokho, ngemva kokuhlala izinsuku eziningana, uPawulu wavalelisa kubazalwane wayesehamba ngomkhumbi waya eSiriya, ehamba noPrisila no-Akhwila. Wayegunde izinwele zakhe zaba mfushane eKenikreya, + ngoba wayenze isifungo. 19 Bafika e-Efesu, wabashiya lapho; kodwa yena wangena esinagogeni wabonisana namaJuda. + 20 Nakuba ayelokhu emcela ukuba ahlale isikhathi eside, akavumanga, 21 kodwa wavalelisa, wathi kuwo: “Ngiyophinde ngibuyele kini uma uJehova* ethanda.” Wahamba ngomkhumbi esuka e-Efesu 22 wehlela eKhesariya. Wakhuphuka* wabingelela ibandla, wayesehlela e-Antiyokiya. +

23 Ngemva kokuchitha isikhathi esithile lapho, wasuka waya ezindaweni ezihlukahlukene kulo lonke izwe laseGalathiya nelaseFrigiya, + eqinisa bonke abafundi. +

24 UmJuda othile ogama lakhe lingu-Apholo, + ongowokuzalwa e-Aleksandriya, wafika e-Efesu; wayeyindoda eqephuzayo eyayinolwazi oluhle lwemiBhalo. 25 Lo muntu wayefundiswe* indlela kaJehova* futhi evutha emoyeni, wayezikhuluma futhi ezifundisa ngokunembile izinto eziphathelene noJesu, kodwa wayejwayelene nobhapathizo lukaJohane kuphela. 26 Wakhuluma ngesibindi esinagogeni, lapho uPrisila no-Akhwila + bemuzwa, bamthatha base bemchazela indlela kaNkulunkulu ngokunembe nakakhulu. 27 Ngaphezu kwalokho, ngenxa yokuthi wayefuna ukuwelela e-Akhaya, abazalwane babhalela abafundi, bebanxusa ukuba bamamukele ngomusa. Ngakho lapho efika khona, wabasiza kakhulu labo ababekholwe ngenxa yomusa omkhulu kaNkulunkulu; 28 ngoba wabonisa ngentshiseko ukuthi amaJuda ayenephutha futhi wakwenza obala lokho, ebonisa ngemiBhalo ukuthi uJesu unguKristu. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela