Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IsAmbulo 2:26, 27
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 Onqobayo futhi agcine izenzo zami kuze kube sekupheleni, ngiyomnika igunya phezu kwezizwe, + 27 uyokwelusa abantu ngenduku yensimbi + kangangokuthi bayophihlizwa babe izicucu njengezitsha zobumba, njengoba nami ngilamukele kuBaba.

  • IsAmbulo 20:4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 4 Ngabona nezihlalo zobukhosi, labo ababehlezi kuzo banikwa igunya lokwahlulela. Yebo, ngabona imiphefumulo* yalabo ababulawa* ngenxa yokufakaza ngoJesu nangenxa yokukhuluma ngoNkulunkulu, neyalabo ababengazange basikhulekele isilo sasendle noma isithombe saso futhi ababengalwamukelanga uphawu esiphongweni sabo* nasesandleni sabo. + Baphila futhi babusa njengamakhosi kanye noKristu + iminyaka engu-1 000.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela