20 Kodwa thina siyizakhamuzi + zasemazulwini, + silindele ngokulangazela umsindisi osezulwini, iNkosi uJesu Kristu, + 21 oyoguqula umzimba wethu ophansi ukuze ufane nomzimba wakhe okhazimulayo + esebenzisa amandla akhe amakhulu amenza abeke zonke izinto ngaphansi kwakhe. +