Roma 6:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ngoba uma siye saba munye naye esimweni sokufa kwakhe, + ngokuqinisekile siyophinde sibe munye naye esimweni sovuko lwakhe. + Roma 8:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 Akugcini nje lapho, kodwa nathi esamukela umoya ongcwele, ingxenye yokuqala* yokwakuzolandela, siyabubula ngaphakathi kithi, + kuyilapho silindele ngobuqotho ukutholwa njengabantwana, + ukukhululwa emizimbeni yethu ngesihlengo. 1 Korinte 15:48, 49 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 48 Abantu basemhlabeni banjengalowo uNkulunkulu amenza ngothuli. Abangabasezulwini bona banjengalowo owavela ezulwini. + 49 Njengoba nje siye saba nomfanekiso walowo owenziwe ngothuli, + siyoba nawo nomfanekiso walowo ongowasezulwini. +
5 Ngoba uma siye saba munye naye esimweni sokufa kwakhe, + ngokuqinisekile siyophinde sibe munye naye esimweni sovuko lwakhe. +
23 Akugcini nje lapho, kodwa nathi esamukela umoya ongcwele, ingxenye yokuqala* yokwakuzolandela, siyabubula ngaphakathi kithi, + kuyilapho silindele ngobuqotho ukutholwa njengabantwana, + ukukhululwa emizimbeni yethu ngesihlengo.
48 Abantu basemhlabeni banjengalowo uNkulunkulu amenza ngothuli. Abangabasezulwini bona banjengalowo owavela ezulwini. + 49 Njengoba nje siye saba nomfanekiso walowo owenziwe ngothuli, + siyoba nawo nomfanekiso walowo ongowasezulwini. +