Levitikusi 19:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 “‘Ungamzondi umfowenu enhliziyweni yakho. + Kufanele umsole impela umuntu wakini + ukuze ungabi nesono kanye naye. Kolose 3:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Qhubekani nibekezelelana futhi nithethelelana ngokukhululekile, + ngisho noma umuntu enesizathu sokukhononda ngomunye. + Njengoba nje uJehova* anithethelela ngokukhululekile, nani kumele nenze kanjalo. +
17 “‘Ungamzondi umfowenu enhliziyweni yakho. + Kufanele umsole impela umuntu wakini + ukuze ungabi nesono kanye naye.
13 Qhubekani nibekezelelana futhi nithethelelana ngokukhululekile, + ngisho noma umuntu enesizathu sokukhononda ngomunye. + Njengoba nje uJehova* anithethelela ngokukhululekile, nani kumele nenze kanjalo. +