IzAga 19:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Ukuqondisisa komuntu nakanjani kuyaludambisa ulaka lwakhe, +Futhi kungubuhle kuye ukushalazelela ukoniwa. *+ Efesu 4:32 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 32 Kodwa bonisanani umusa, nibe nobubele, + nithethelelane ngokukhululekile njengoba nje noNkulunkulu anithethelela ngokukhululekile ngoKristu. + 1 Petru 4:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Ngaphezu kwakho konke, thandanani kakhulu, + ngoba uthando lumboza izono eziningi. +
11 Ukuqondisisa komuntu nakanjani kuyaludambisa ulaka lwakhe, +Futhi kungubuhle kuye ukushalazelela ukoniwa. *+
32 Kodwa bonisanani umusa, nibe nobubele, + nithethelelane ngokukhululekile njengoba nje noNkulunkulu anithethelela ngokukhululekile ngoKristu. +