Mathewu 6:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 “Ngoba uma nithethelela abantu amaphutha abo, noYihlo osezulwini uzonithethelela nani; + Mathewu 18:35 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 35 UBaba osezulwini naye uyokwenza kini ngendlela efanayo + uma ngamunye wenu engamthetheleli umfowabo ngokusuka enhliziyweni.” + Marku 11:25 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 25 Futhi lapho nisukuma nithandaza, thethelelani noma yini eninayo nganoma ubani, ukuze noYihlo osemazulwini anithethelele nani iziphambeko zenu.” +
35 UBaba osezulwini naye uyokwenza kini ngendlela efanayo + uma ngamunye wenu engamthetheleli umfowabo ngokusuka enhliziyweni.” +
25 Futhi lapho nisukuma nithandaza, thethelelani noma yini eninayo nganoma ubani, ukuze noYihlo osemazulwini anithethelele nani iziphambeko zenu.” +