Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 103:10-12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Akenzanga kithi ngokwezono zethu, +

      Akasilethelanga lokho okusifanele ngokweziphambeko zethu. +

      11 Ngoba njengoba amazulu ephakeme kunomhlaba,

      Kanjalo uthando lwakhe oluqotho lukhulu kulabo abamesabayo. +

      12 Njengokuqhelelana kwempumalanga nentshonalanga,

      Uzibeke kude kangako izono zethu. +

  • Mathewu 6:12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 12 usithethelele amacala ethu, njengoba nathi sibathethelele abanamacala kithi. +

  • Mathewu 6:14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 “Ngoba uma nithethelela abantu amaphutha abo, noYihlo osezulwini uzonithethelela nani; +

  • Efesu 4:32
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 32 Kodwa bonisanani umusa, nibe nobubele, + nithethelelane ngokukhululekile njengoba nje noNkulunkulu anithethelela ngokukhululekile ngoKristu. +

  • Kolose 3:13
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 Qhubekani nibekezelelana futhi nithethelelana ngokukhululekile, + ngisho noma umuntu enesizathu sokukhononda ngomunye. + Njengoba nje uJehova* anithethelela ngokukhululekile, nani kumele nenze kanjalo. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela