2 Korinte 13:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Okokugcina bazalwane, qhubekani nijabula, nilungiswa, niduduzwa, + nicabanga ngokuvumelana, + niphila ngokuthula; + khona-ke uNkulunkulu wothando nokuthula + uyoba nani. Filipi 4:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Jabulani eNkosini ngaso sonke isikhathi. Ngizophinda futhi ngithi, Jabulani! + 1 Thesalonika 5:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Jabulani ngaso sonke isikhathi. +
11 Okokugcina bazalwane, qhubekani nijabula, nilungiswa, niduduzwa, + nicabanga ngokuvumelana, + niphila ngokuthula; + khona-ke uNkulunkulu wothando nokuthula + uyoba nani.