9 Nokho, ngesikhathi ngikanye nani futhi ngiswele, angizange ngibe umthwalo nakoyedwa, ngoba abazalwane ababevela eMakedoniya banginikeza konke engangikudinga. + Yebo, ngazo zonke izindlela ngazigcina ngingewona umthwalo kini futhi ngizoqhubeka ngenza kanjalo. +