3 Ngoba ngomusa omkhulu enginikwe wona, ngitshela wonke umuntu lapho phakathi kwenu ukuba angazicabangi emkhulu kunalokho okudingeka akucabange, + kodwa acabange ukuze abe nengqondo ehluzekile, yilowo nalowo njengoba uNkulunkulu emnike isilinganiso esithile sokholo. +