Roma 12:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Ngoba ngomusa omkhulu enginikwe wona, ngitshela wonke umuntu lapho phakathi kwenu ukuba angazicabangi emkhulu kunalokho okudingeka akucabange, + kodwa acabange ukuze abe nengqondo ehluzekile, yilowo nalowo njengoba uNkulunkulu emnike* isilinganiso esithile sokholo. + 1 Petru 5:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ngendlela efanayo, nina zinsizwa, zithobeni emadodeni amadala. + Kodwa nonke gqokani* ukuthobelana,* ngoba uNkulunkulu uyamelana nabaziphakamisayo, kodwa abathobekile ubapha umusa omkhulu. +
3 Ngoba ngomusa omkhulu enginikwe wona, ngitshela wonke umuntu lapho phakathi kwenu ukuba angazicabangi emkhulu kunalokho okudingeka akucabange, + kodwa acabange ukuze abe nengqondo ehluzekile, yilowo nalowo njengoba uNkulunkulu emnike* isilinganiso esithile sokholo. +
5 Ngendlela efanayo, nina zinsizwa, zithobeni emadodeni amadala. + Kodwa nonke gqokani* ukuthobelana,* ngoba uNkulunkulu uyamelana nabaziphakamisayo, kodwa abathobekile ubapha umusa omkhulu. +