Roma 6:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Ngoba ekufeni kwakhe, wafa kanye kwaba kuphela ukuze asule isono, + kodwa ukuphila akuphilayo, uphilela uNkulunkulu. Hebheru 9:28 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 28 kanjalo noKristu wanikelwa kwaba kanye kuphela ukuze athwale izono zabaningi; + futhi lapho efika okwesibili uyobe engazele ukuzosusa isono* futhi uyobonwa yilabo abamfuna ngobuqotho ukuze basindiswe. + Hebheru 10:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Ngoba ngumnikelo owodwa womhlatshelo enze ngawo labo abangcweliswayo baphelela phakade. +
10 Ngoba ekufeni kwakhe, wafa kanye kwaba kuphela ukuze asule isono, + kodwa ukuphila akuphilayo, uphilela uNkulunkulu.
28 kanjalo noKristu wanikelwa kwaba kanye kuphela ukuze athwale izono zabaningi; + futhi lapho efika okwesibili uyobe engazele ukuzosusa isono* futhi uyobonwa yilabo abamfuna ngobuqotho ukuze basindiswe. +