Kolose 2:16, 17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Ngakho-ke ningavumeli muntu anahlulele ngokuthi nidleni nokuthi niphuzeni + noma ngokugujwa kwemikhosi noma kokwethwasa kwenyanga + noma kwesabatha. + 17 Lezo zinto ziyisithunzi sezinto ezazizofika, + kodwa okungokoqobo kungokukaKristu. + Hebheru 8:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Laba bantu banikela inkonzo engcwele endaweni engumfanekiso neyisithunzi + sezinto zasezulwini; + njengoba nje kuboniswa umyalo uNkulunkulu awunika uMose lapho esezokwakha itende: Ngoba uthi: “Qikelela ukuthi wenza zonke izinto ulandela umklamo* owawuboniswa entabeni.” + Hebheru 10:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Njengoba uMthetho unesithunzi + sezinto ezinhle ezizayo, + kodwa kungezona lezo zinto uqobo, ngemihlatshelo efanayo enikelwa njalo unyaka nonyaka, awusoze wabenza* baphelele labo abasondela kuNkulunkulu. +
16 Ngakho-ke ningavumeli muntu anahlulele ngokuthi nidleni nokuthi niphuzeni + noma ngokugujwa kwemikhosi noma kokwethwasa kwenyanga + noma kwesabatha. + 17 Lezo zinto ziyisithunzi sezinto ezazizofika, + kodwa okungokoqobo kungokukaKristu. +
5 Laba bantu banikela inkonzo engcwele endaweni engumfanekiso neyisithunzi + sezinto zasezulwini; + njengoba nje kuboniswa umyalo uNkulunkulu awunika uMose lapho esezokwakha itende: Ngoba uthi: “Qikelela ukuthi wenza zonke izinto ulandela umklamo* owawuboniswa entabeni.” +
10 Njengoba uMthetho unesithunzi + sezinto ezinhle ezizayo, + kodwa kungezona lezo zinto uqobo, ngemihlatshelo efanayo enikelwa njalo unyaka nonyaka, awusoze wabenza* baphelele labo abasondela kuNkulunkulu. +