Hebheru 7:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Ngoba uMthetho awuphelelisanga lutho, + kodwa ukulethwa kwethemba elingcono, + esisondela ngalo kuNkulunkulu, yikho okwaphelelisa. + Hebheru 9:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Leli tende liwumfanekiso wesikhathi samanje, + futhi ngokwaleli lungiselelo, kunikelwa izipho kanye nemihlatshelo. + Nokho, lokhu akukwazi ukwenza unembeza womuntu owenza inkonzo engcwele uphelele. +
19 Ngoba uMthetho awuphelelisanga lutho, + kodwa ukulethwa kwethemba elingcono, + esisondela ngalo kuNkulunkulu, yikho okwaphelelisa. +
9 Leli tende liwumfanekiso wesikhathi samanje, + futhi ngokwaleli lungiselelo, kunikelwa izipho kanye nemihlatshelo. + Nokho, lokhu akukwazi ukwenza unembeza womuntu owenza inkonzo engcwele uphelele. +