Hebheru 8:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Laba bantu banikela inkonzo engcwele endaweni engumfanekiso neyisithunzi + sezinto zasezulwini; + njengoba nje kuboniswa umyalo uNkulunkulu awunika uMose lapho esezokwakha itende: Ngoba uthi: “Qikelela ukuthi wenza zonke izinto ulandela umklamo* owawuboniswa entabeni.” + Hebheru 9:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Leli tende liwumfanekiso wesikhathi samanje, + futhi ngokwaleli lungiselelo, kunikelwa izipho kanye nemihlatshelo. + Nokho, lokhu akukwazi ukwenza unembeza womuntu owenza inkonzo engcwele uphelele. +
5 Laba bantu banikela inkonzo engcwele endaweni engumfanekiso neyisithunzi + sezinto zasezulwini; + njengoba nje kuboniswa umyalo uNkulunkulu awunika uMose lapho esezokwakha itende: Ngoba uthi: “Qikelela ukuthi wenza zonke izinto ulandela umklamo* owawuboniswa entabeni.” +
9 Leli tende liwumfanekiso wesikhathi samanje, + futhi ngokwaleli lungiselelo, kunikelwa izipho kanye nemihlatshelo. + Nokho, lokhu akukwazi ukwenza unembeza womuntu owenza inkonzo engcwele uphelele. +