-
Genesise 50:24, 25IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
24 Ekugcineni uJosefa wathi kubafowabo: “Sengiyafa, kodwa ngokuqinisekile uNkulunkulu uyoninaka, + nakanjani uyonikhuphula anikhiphe kuleli zwe aniyise ezweni afunga ngalo ku-Abrahama, ku-Isaka nakuJakobe.” + 25 Ngakho uJosefa wafungisa amadodana ka-Israyeli, wathi: “Nakanjani uNkulunkulu uyoninaka. Kumele nithathe amathambo ami niwakhuphule niwakhiphe lapha.” +
-