Mathewu 4:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 Walihamba lonke elaseGalile, + efundisa emasinagogeni + abo futhi eshumayela izindaba ezinhle zoMbuso, elapha yonke inhlobo yesifo nayo yonke inhlobo yobuthakathaka kubantu. + IzEnzo 15:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ngemva kwengxoxo ende eshubile,* uPetru wasukuma wathi kubo: “Madoda, bafowethu, nazi kahle ukuthi kusukela ezinsukwini zakuqala uNkulunkulu wakhetha phakathi kwenu ukuba abantu bezizwe balizwe ngomlomo wami izwi lezindaba ezinhle, bakholwe. + Kolose 1:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 yebo, uma kodwa niqhubeka nisokholweni, + nimi esisekelweni nigxilile, + ningagudluzwa + ethembeni lalezo zindaba ezinhle enazizwa futhi ezashunyayelwa kuyo yonke indalo engaphansi kwezulu. + Mina Pawulu ngaba isikhonzi salezi zindaba ezinhle. +
23 Walihamba lonke elaseGalile, + efundisa emasinagogeni + abo futhi eshumayela izindaba ezinhle zoMbuso, elapha yonke inhlobo yesifo nayo yonke inhlobo yobuthakathaka kubantu. +
7 Ngemva kwengxoxo ende eshubile,* uPetru wasukuma wathi kubo: “Madoda, bafowethu, nazi kahle ukuthi kusukela ezinsukwini zakuqala uNkulunkulu wakhetha phakathi kwenu ukuba abantu bezizwe balizwe ngomlomo wami izwi lezindaba ezinhle, bakholwe. +
23 yebo, uma kodwa niqhubeka nisokholweni, + nimi esisekelweni nigxilile, + ningagudluzwa + ethembeni lalezo zindaba ezinhle enazizwa futhi ezashunyayelwa kuyo yonke indalo engaphansi kwezulu. + Mina Pawulu ngaba isikhonzi salezi zindaba ezinhle. +