-
Luka 12:18-20IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
18 Wayesethi, ‘Ngizokwenza lokhu: + Ngizodiliza izinqolobane zami ngakhe ezinkulu kunazo, ngibuthele khona ukudla kwami okusanhlamvu nayo yonke impahla yami, 19 ngithi kimi:* “Nginezinto* eziningi ezinhle eziqongelelwe iminyaka eminingi; khululeka, udle, uphuze, uzijabulise.” ’ 20 Kodwa uNkulunkulu wathi kuye, ‘Muntu ongenangqondo, ngalobu busuku bayakufuna ukuphila* kwakho. Ubani-ke ozothola izinto oziqongelele?’ +
-