2 Thimothewu 4:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Kusukela manje kuqhubeke, ngigcinelwe umqhele wokulunga, + lowo iNkosi, umahluleli olungile, + eyonginika wona njengomvuzo ngalolo suku, + nokho kungemina ngedwa, kodwa nabo bonke abakuthandile ukubonakaliswa kwayo. 1 Petru 5:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Lapho umalusi omkhulu + esebonakalisiwe, niyokwamukela umqhele wenkazimulo ongabuni. + IsAmbulo 2:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Ungazesabi izinto osazohlupheka ngazo. + Bheka! UDeveli uzoqhubeka ephonsa abanye kini ejele ukuze nivivinywe ngokugcwele, futhi nizoba nosizi izinsuku eziyishumi. Zibonakalise uthembekile kuze kube ngisho nasekufeni, khona-ke ngiyokunika umqhele wokuphila. +
8 Kusukela manje kuqhubeke, ngigcinelwe umqhele wokulunga, + lowo iNkosi, umahluleli olungile, + eyonginika wona njengomvuzo ngalolo suku, + nokho kungemina ngedwa, kodwa nabo bonke abakuthandile ukubonakaliswa kwayo.
10 Ungazesabi izinto osazohlupheka ngazo. + Bheka! UDeveli uzoqhubeka ephonsa abanye kini ejele ukuze nivivinywe ngokugcwele, futhi nizoba nosizi izinsuku eziyishumi. Zibonakalise uthembekile kuze kube ngisho nasekufeni, khona-ke ngiyokunika umqhele wokuphila. +