Jobe 29:12, 13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Ngoba ngangimsiza ohluphekile ocela usizo, +Kanye nentandane nanoma ubani owayengenamsizi. + 13 Lowo owayesengcupheni yokufa wayengibusisa, +Nenhliziyo yomfelokazi ngangiyithokozisa. + Isaya 58:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ukuba uhlephulele olambile isinkwa sakho, +Ungenise ohluphekile nongenakhaya endlini yakho,Ukuba ugqokise umuntu ohlubule + lapho umbona,Nokuba ungazifulatheli izihlobo zakho.
12 Ngoba ngangimsiza ohluphekile ocela usizo, +Kanye nentandane nanoma ubani owayengenamsizi. + 13 Lowo owayesengcupheni yokufa wayengibusisa, +Nenhliziyo yomfelokazi ngangiyithokozisa. +
7 Ukuba uhlephulele olambile isinkwa sakho, +Ungenise ohluphekile nongenakhaya endlini yakho,Ukuba ugqokise umuntu ohlubule + lapho umbona,Nokuba ungazifulatheli izihlobo zakho.