24 Ngoba inceku yeNkosi akufanele ilwe, kunalokho kufanele ibe mnene kubo bonke, + ifanelekele ukufundisa, izibambe lapho yoniwa, + 25 ibayale ngobumnene labo abangenaso isimo sengqondo esihle. + Mhlawumbe uNkulunkulu angase abanike ukuphenduka okuholela olwazini olunembile lweqiniso, +