Eksodusi 12:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Leyo mvu kufanele kube ephile kahle, + eyeduna enonyaka owodwa ubudala. Ningakhetha emawundlwini angamaduna noma ezimbuzini. Levitikusi 22:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Noma yini enesici akumele niyilethe + ngoba ngeke inenze namukelwe. Johane 1:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Ngosuku olulandelayo wabona uJesu eza kuye, wathi: “Bhekani, iWundlu + likaNkulunkulu elisusa isono + sezwe! +
5 Leyo mvu kufanele kube ephile kahle, + eyeduna enonyaka owodwa ubudala. Ningakhetha emawundlwini angamaduna noma ezimbuzini.
29 Ngosuku olulandelayo wabona uJesu eza kuye, wathi: “Bhekani, iWundlu + likaNkulunkulu elisusa isono + sezwe! +