Mathewu 5:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 “Bayajabula abaye bashushiswa ngenxa yokulunga + ngoba uMbuso wamazulu ungowabo. IzEnzo 5:41 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 41 Ngakho baphuma phambi kweSanhedrini, bejabula + ngelungelo lokuhlupheka ngenxa yegama likaJesu. 1 Petru 4:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Uma nihlanjalazwa* ngenxa yegama likaKristu, niyajabula, + ngoba umoya wenkazimulo, yebo, umoya kaNkulunkulu, uhlezi phezu kwenu.
14 Uma nihlanjalazwa* ngenxa yegama likaKristu, niyajabula, + ngoba umoya wenkazimulo, yebo, umoya kaNkulunkulu, uhlezi phezu kwenu.