Roma 7:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Ngokwesibonelo, owesifazane oshadile uboshelwe ngumthetho kumyeni wakhe lapho esaphila; kodwa uma umyeni wakhe efa, uyakhululwa emthethweni womyeni wakhe. + 1 Korinte 11:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Kodwa ngifuna nazi ukuthi inhloko yawo wonke amadoda uKristu; + nenhloko yowesifazane yindoda; + nenhloko kaKristu uNkulunkulu. + Efesu 5:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Abafazi mabazithobe kubayeni babo + njengokungathi bazithoba eNkosini,
2 Ngokwesibonelo, owesifazane oshadile uboshelwe ngumthetho kumyeni wakhe lapho esaphila; kodwa uma umyeni wakhe efa, uyakhululwa emthethweni womyeni wakhe. +
3 Kodwa ngifuna nazi ukuthi inhloko yawo wonke amadoda uKristu; + nenhloko yowesifazane yindoda; + nenhloko kaKristu uNkulunkulu. +