IHubo 2:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Mangimemezele isinqumo sikaJehova;Uthe kimi: “Wena uyindodana yami; +Namuhla ngikuzele. + Mathewu 17:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Ngemva kwezinsuku eziyisithupha, uJesu wathatha uPetru noJakobe noJohane umfowabo, wahamba nabo baya entabeni ephakeme bebodwa. + Mathewu 17:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Esakhuluma, bheka! ifu elikhanyayo labamboza, kwezwakala izwi kulelo fu, lathi: “Le yiNdodana yami, ethandekayo, engiyamukele. + Yilaleleni.” + Marku 9:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Kwaba khona ifu, labamboza, kwaphuma izwi + kulelo fu lithi: “Le yiNdodana yami ethandekayo. + Yilaleleni.” + Luka 9:35 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 35 Kwavela izwi + kulelo fu, lithi: “Le yiNdodana yami ekhethiwe. + Yilaleleni.” +
17 Ngemva kwezinsuku eziyisithupha, uJesu wathatha uPetru noJakobe noJohane umfowabo, wahamba nabo baya entabeni ephakeme bebodwa. +
5 Esakhuluma, bheka! ifu elikhanyayo labamboza, kwezwakala izwi kulelo fu, lathi: “Le yiNdodana yami, ethandekayo, engiyamukele. + Yilaleleni.” +
7 Kwaba khona ifu, labamboza, kwaphuma izwi + kulelo fu lithi: “Le yiNdodana yami ethandekayo. + Yilaleleni.” +