Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IzEnzo 28
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

IzEnzo Okuphakathi

      • Ogwini lwaseMelitha (1-6)

      • Ubaba kaPhubhiliyu uyaphulukiswa (7-10)

      • Sekuyiwa eRoma (11-16)

      • UPawulu ukhuluma namaJuda eRoma (17-29)

      • UPawulu ushumayela ngesibindi iminyaka emibili (30, 31)

IzEnzo 28:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 27:26

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, kk. 209-210

    INqabayokulinda,

    8/15/2004, kk. 30-31

IzEnzo 28:2

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Abantu bendawo.”

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 210

    INqabayokulinda,

    5/15/2002, k. 19

    5/1/1999, k. 30

IzEnzo 28:3

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 210

    INqabayokulinda,

    6/15/1990, k. 25

IzEnzo 28:4

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiGreki Diʹke, kungenzeka libhekisela kunkulunkulukazi ophindisela ngenjongo yobulungisa noma libhekisela kulokho okushiwo ubulungisa.

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 210

    INqabayokulinda,

    10/1/2015, k. 9

    5/1/1999, kk. 30-31

IzEnzo 28:6

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 210

IzEnzo 28:7

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 210

    “Yonke ImiBhalo,” k. 200

IzEnzo 28:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 4:38, 39

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 210

IzEnzo 28:9

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 10:8

IzEnzo 28:10

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    2/1/1991, k. 23

IzEnzo 28:11

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 211

    INqabayokulinda,

    3/1/2009, k. 9

    6/15/1990, k. 25

    5/15/1990, k. 26

IzEnzo 28:12

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 211

    INqabayokulinda,

    10/15/2007, k. 30

IzEnzo 28:13

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 211

IzEnzo 28:14

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, kk. 211-212

IzEnzo 28:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Ko 1:3, 4

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, kk. 212-213

    INqabayokulinda (Efundwayo),

    11/2020, kk. 16-17

    INqabayokulinda,

    1/1/2010, k. 11

    10/15/2006, kk. 14, 16-17

    12/15/2004, kk. 16-17

IzEnzo 28:16

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 213

    INqabayokulinda,

    2/15/2013, k. 14

IzEnzo 28:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 24:11, 12; 25:8
  • +IzE 21:33

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, kk. 213-214

    INqabayokulinda,

    12/15/2001, k. 24

IzEnzo 28:18

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 24:10
  • +IzE 23:26, 29; 25:24, 25; 26:31, 32

IzEnzo 28:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 25:11, 12

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, kk. 213-214

IzEnzo 28:20

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 23:6; 26:6; Efe 6:19, 20; 2Ti 1:16

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 214

IzEnzo 28:21

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 214

    INqabayokulinda,

    12/15/2001, k. 24

IzEnzo 28:22

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 24:14
  • +Luk 2:34; Joh 15:19

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    2/15/1994, k. 5

    7/1/1993, kk. 5, 15

IzEnzo 28:23

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 17:2, 3
  • +Joh 5:46
  • +IzE 26:22, 23

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 215

    INqabayokulinda,

    1/15/2012, kk. 12-13

IzEnzo 28:24

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    2/1/2003, kk. 22-23

IzEnzo 28:25

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 215

    Isiprofetho Sika-Isaya I, k. 100

IzEnzo 28:26

Izikhombo Zezincwadi

  • +Rom 11:8

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Isiprofetho Sika-Isaya I, k. 100

IzEnzo 28:27

Izikhombo Zezincwadi

  • +Isay 6:9, 10; Mat 13:14, 15

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 215

    Isiprofetho Sika-Isaya I, k. 100

IzEnzo 28:28

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 3:4, 6; IzE 13:45, 46; 22:21; Rom 11:11
  • +IHu 67:2; 98:3; Isay 11:10

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, k. 215

IzEnzo 28:29

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka iSithasiselo A3.

IzEnzo 28:30

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 28:16

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, kk. 215-217

    INqabayokulinda,

    2/15/2013, kk. 14-15

    1/15/2007, k. 32

    12/15/2001, k. 24

    6/15/1990, k. 25

    “Yonke ImiBhalo,” k. 234

IzEnzo 28:31

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ngaso sonke isibindi.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Efe 6:19

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Ukunikeza Ubufakazi, kk. 215-217

    INqabayokulinda,

    2/15/2013, kk. 14-15

    1/15/2007, k. 32

    5/15/2006, k. 14

Ukulandisa Kwamanye AmaBhayibheli

Cofa inombolo yevesi ukuze ubone amavesi eBhayibheli anokulandisa okufanayo.

Okunye

IzE. 28:1IzE 27:26
IzE. 28:8Luk 4:38, 39
IzE. 28:9Mat 10:8
IzE. 28:152Ko 1:3, 4
IzE. 28:17IzE 24:11, 12; 25:8
IzE. 28:17IzE 21:33
IzE. 28:18IzE 24:10
IzE. 28:18IzE 23:26, 29; 25:24, 25; 26:31, 32
IzE. 28:19IzE 25:11, 12
IzE. 28:20IzE 23:6; 26:6; Efe 6:19, 20; 2Ti 1:16
IzE. 28:22IzE 24:14
IzE. 28:22Luk 2:34; Joh 15:19
IzE. 28:23IzE 17:2, 3
IzE. 28:23Joh 5:46
IzE. 28:23IzE 26:22, 23
IzE. 28:26Rom 11:8
IzE. 28:27Isay 6:9, 10; Mat 13:14, 15
IzE. 28:28Luk 3:4, 6; IzE 13:45, 46; 22:21; Rom 11:11
IzE. 28:28IHu 67:2; 98:3; Isay 11:10
IzE. 28:30IzE 28:16
IzE. 28:31Efe 6:19
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • Funda Kuleli Bhayibheli: INguqulo Yezwe Elisha (bi12)
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
IzEnzo 28:1-31

IzEnzo ZabaPhostoli

28 Lapho sifika endaweni ephephile, sathola ukuthi lesi siqhingi sasibizwa ngokuthi iMelitha. + 2 Abantu bakhona abakhuluma olunye ulimi* basibonisa umusa ongavamile. Babasa umlilo, basamukela ngomusa sonke ngenxa yemvula eyayina nangenxa yamakhaza. 3 Kodwa lapho uPawulu eqoqa izinkuni ezincane eziningi ezifaka emlilweni, ngenxa yokushisa kwaphuma inyoka enesihlungu yanamathela esandleni sakhe. 4 Lapho laba bantu abakhuluma olunye ulimi bebona le nyoka enesihlungu ilenga esandleni sakhe, bathi omunye komunye: “Ngokuqinisekile lo muntu ungumbulali, nakuba esindile olwandle, uBulungisa* abumvumelanga ukuba aqhubeke ephila.” 5 Nokho, wayithintithela emlilweni le nyoka wangalimala. 6 Kodwa babelindele ukuba avuvukale noma avele awe afe. Ngemva kokulinda isikhathi eside futhi bebona ukuthi akukho okubi okwenzeke kuye, bashintsha umqondo bathi wayewunkulunkulu.

7 Kuleyo ndawo kwakunamasimu endoda evelele yalesi siqhingi, egama layo linguPhubhiliyu, yasamukela, yasibungaza ngomusa izinsuku ezintathu. 8 Uyise kaPhubhiliyu wayelele embhedeni ephethwe umkhuhlane nohudo, uPawulu wangena lapho ayekhona wathandaza, wambeka izandla, wamphulukisa. + 9 Ngemva kokuba kwenzeke lokhu, bonke abanye abantu ababegula esiqhingini nabo beza kuye belashwa. + 10 Basibonga ngokusipha izipho eziningi, futhi lapho sesihamba ngomkhumbi, basigidlabeza nganoma yini esasiyidinga.

11 Ezinyangeni ezintathu kamuva, saqala uhambo ngomkhumbi owawunesithombe “samaDodana KaZeyusi.” Umkhumbi wawuvela e-Aleksandriya ukade uhlezi kulesi siqhingi ebusika. 12 Sama ethekwini laseSirakhuse sahlala khona izinsuku ezintathu; 13 sasuka kuleyo ndawo sahamba saze safika eRegiyu. Sekudlule usuku olulodwa kwaba khona umoya ovela eningizimu, safika ePhutheyoli ngosuku lwesibili. 14 Lapha sathola abazalwane, sancengwa ukuba sihlale nabo izinsuku eziyisikhombisa, sase siya eRoma. 15 Ukusuka lapho, lapho abafowethu bezwa ngathi, baze bafika naseMakethe ka-Aphiyo naseTresi Thaberne bezosihlangabeza. Lapho ebabona, uPawulu wabonga uNkulunkulu, wama isibindi. + 16 Ekugcineni lapho singena eRoma, uPawulu wavunyelwa ukuba ahlale yedwa nesosha elalimgadile.

17 Nokho, ezinsukwini ezintathu kamuva wabizela ndawonye amadoda avelele kumaJuda. Lapho esehlangene, wathi kuwo: “Madoda, bafowethu, nakuba ngingenzanga lutho oluphambene nabantu noma amasiko okhokho bethu, + eJerusalema nganikelwa ezandleni zamaRoma njengesiboshwa. + 18 Ngemva kokwenza uphenyo, + ayefuna ukungikhulula ngoba sasingekho isizathu sokuba ngibulawe. + 19 Kodwa lapho amaJuda ephikisana nalokho, ngaphoqeleka ukuba ngidlulisele icala kuKhesari, + kodwa hhayi ngoba nganginokuthile engingamangalela ngakho isizwe sakithi. 20 Ngenxa yalesi sizathu, ngacela ukuba nginibone futhi ngikhulume nani, ngoba ngiboshwe ngaleli ketanga nje kungenxa yaleli themba lika-Israyeli.” + 21 Athi kuye: “Asitholanga zincwadi ezimayelana nawe ezivela eJudiya, futhi akekho kubafowethu abafikile bevela khona obike noma okhulume into embi ngawe. 22 Kodwa sicabanga ukuthi kuyafaneleka ukuzizwela kuwe ukuthi wena ucabangani, ngoba ngempela ngokuqondene naleli qembu lenkolo, + siyazi ukuthi kukhulunywa kabi ngalo kuyo yonke indawo.” +

23 Bahlela usuku abazohlangana ngalo naye, bafika kuye bebaningi nakakhulu endaweni ayehlala kuyo. Kusukela ekuseni kuze kuhlwe, uPawulu washumayela kubo ngokunikeza ubufakazi obuphelele ngoMbuso kaNkulunkulu, ezama ukubenza bakholelwe kuJesu + esusela eMthethweni KaMose + nakubaProfethi. + 24 Abanye baqala ukuzikholwa izinto ayezisho; abanye babengazikholwa. 25 Ngakho ngenxa yokuthi babengavumelani, bahamba, uPawulu wathi:

“Umoya ongcwele wakhuluma ngokufanele ngo-Isaya umprofethi kokhokho benu, 26 uthi, ‘Yana kulaba bantu uthi: “Impela niyozwa, kodwa anisoze naqonda, impela niyobheka, kodwa anisoze nabona. + 27 Ngoba inhliziyo yalaba bantu ibe lukhuni, ngezindlebe zabo bazwile bangasabela, bavale amehlo abo ukuze bangalokothi babone ngamehlo abo futhi bezwe ngezindlebe zabo, baqonde ngenhliziyo yabo babuye, mina ngibelaphe.” ’ + 28 Ngakho makwazeke kini ukuthi umyalezo wendlela uNkulunkulu aletha ngayo insindiso uthunyelwe ezizweni; + zizowulalela nakanjani.” + 29 *——

30 Ngakho wahlala lapho iminyaka emibili yonke endlini ayeyiqashile, + wayebamukela ngomusa bonke ababefika kuye, 31 eshumayela kubo ngoMbuso kaNkulunkulu futhi efundisa ngeNkosi uJesu Kristu ngenkululeko yokukhuluma enkulu kakhulu, *+ ngaphandle kwesithiyo.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela