Ikhasi Lesibili
Indlela Yokubhekana lokulahlekelwa Umsebenzi 3-10
“Bangitshela ukuthi ngiqoqe itafula lami futhi ngipakishe zonke izinto zami. Ngase ngihambile, ngokuphazima kweso.” Uma ungalahlekelwa umsebenzi, ungabhekana kanjani nesimo ngokwezimali nangokomzwelo? Yini ebaluleke ngisho ukwedlula nemali?
Izihloko zokuqala zizocwaningisisa lemibuzo.
Ingabe Ukubhema Ngempela Kubi Kangako? 15
Intsha eningi iyabhema naphezu kokulimaza kwakho empilweni. Kodwa sikhona isizathu esingcono sokuyeka.
Lapho Imfucumfucu Ingalawuleki 21
Ingabe ikhaya lakho liminyaniswe izinto eziningi? Ungenzenjani ukuze unqobe lenkinga?