Ikhasi Lesibili
Indawo Yonke Emangalisayo—Yavelaphi? 3-14
Kungani silapha? Siphokophelephi? Iyini injongo yakho konke lokhu? Ingabe inkolelo-mbono yokuqhuma okukhulu iyawuchaza umsuka wendalo? Isibona-kude i-Hubble siphakamisa imibuzo, futhi izazi zendawo yonke zithi kukhona okusilelayo. Kuyini?
Izinkampani Zikagwayi Zisenkingeni 18
Kwatholakala izincwadi eziyizinkulungwane ezimbili ezimangalelayo ezabonisa ukuthi lezi zinkampani zazazi okuningi ngezingozi zikagwayi kunalokho ezazikuvuma.
Qaphela ‘Amehlo Omfula’! 24
Ingwenya yasemanzini anosawoti yase-Australia ingenye yezinhlobo ezinkulu neziyingozi kakhulu kwezingu-12 ezikhona emhlabeni.
[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]
By courtesy of Australian International Public Relations
[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]
Cover and page 2 background: Courtesy of Anglo-Australian Observatory, photograph by David Malin