Uhlu Lokuphakathi
May 15, 2015
© 2015 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
UMAGAZINI OFUNDWAYO
JUNE 29, 2015–JULY 5, 2015
Qapha—USathane Ufuna Ukukushwabadela!
IKHASI 3 • IZINGOMA: 54, 43
JULY 6-12, 2015
Ungalwa NoSathane—Futhi Unqobe!
IKHASI 9 • IZINGOMA: 60, 100
JULY 13-19, 2015
“Bazibona” Izinto Ezithenjisiwe
IKHASI 15 • IZINGOMA: 81, 134
JULY 20-26, 2015
Lingisa Lowo Othembisa Ukuphila Okuphakade
IKHASI 21 • IZINGOMA: 12, 69
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
▪ Qapha—USathane Ufuna Ukukushwabadela!
▪ Ungalwa NoSathane—Futhi Unqobe!
IBhayibheli lifanisa uSathane nengonyama ebhongayo elambele izisulu ezengeziwe. Unamandla, unonya futhi uyakhohlisa. Lezi zihloko zizosisiza ukuba sibone ukuthi kungani kumelwe silwe nalesi sitha esiyingozi. Zizosibonisa nokuthi singazivikela kanjani ezicuphweni zakhe.
▪ “Bazibona” Izinto Ezithenjisiwe
▪ Lingisa Lowo Othembisa Ukuphila Okuphakade
UJehova wasinika ikhono lokukwazi ukuzibona ngeso lengqondo izinto esingakaze sizibone. Lesi sipho singasisebenzisa kahle noma kabi. Kulezi zihloko ezimbili, sizoxoxa ngabathile bezikhathi zeBhayibheli futhi sifunde esibonelweni sabo indlela esingasebenzisa ngayo ikhono lethu lokubona izinto ngeso lengqondo ukuze sibe nokholo olwengeziwe. Sizofunda nokuthi ukubona kwethu izinto ngeso lengqondo kungasisiza kanjani ukuba silingise uthando, umusa, ukuhlakanipha nenjabulo kaJehova.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
29 Okwenza Ukususa Ekuhlanganyeleni Kube Ilungiselelo Lothando
ISEMBOZO: Abazalwane ababili baqhubela umakhelwane isifundo seBhayibheli
E-ARMENIA
INANI LABANTU
3 026 900
ABAMEMEZELI
11 143
AMAPHAYONA AVAMILE
2 205
23 844
Ababekhona eSikhumbuzweni ngo-April 14, 2014 bangaphezu kwenani eliphindwe kabili labamemezeli