Okuphakathi
ISONTO LIKA-SEPTHEMBA 25, 2017–OKTHOBA 1, 2017
ISONTO LIKA-OKTHOBA 2-8, 2017
8 ‘Ukuthula KukaNkulunkulu Kudlula Konke Ukucabanga’
Isihloko sokuqala sichaza ukuthi kungani kufanele sizimisele ukubekezela. Sizofunda nokuthi izibonelo zamadoda nabesifazane abathembekile basendulo zingasisiza kanjani sifunde ukubekezela. Isihloko sesibili siqokomisa indlela uJehova angenza ngayo okungalindelekile ngokwenza izinto ebesingeke sizicabange. Lokhu kuzosenza sithembele kuye njengoba silinde ngesineke ukuba athathe isinyathelo.
13 Indaba Yokuphila—Ukukhuthazelela Uvivinyo Kuletha Izibusiso
ISONTO LIKA-OKTHOBA 9-15, 2017
17 Indlela Esibuhlubula Ngayo Ubuntu Obudala Singaphinde Sibugqoke
ISONTO LIKA-OKTHOBA 16-22, 2017
22 Indlela Esibugqoka Futhi Sibugcine Ngayo Ubuntu Obusha
Isihloko sokuqala sichaza ukuthi singabuhlubula kanjani ubuntu obudala futhi kungani lokhu kuphuthuma. Sichaza nokuthi yini esingayenza ukuze singaphinde sibugqoke. Isihloko sesibili sikhuluma ngezimfanelo eziningana eziyingxenye yobuntu obusha, siphinde sichaze ukuthi singazibonisa kanjani ekuphileni nasenkonzweni yethu.