25 Ngoba namuhla wehlile wayokwenza umhlatshelo + wezinkunzi, amathole akhuluphele nezimvu eziningi kakhulu, umeme wonke amadodana enkosi nezinduna zebutho no-Abhiyathara umpristi. + Bayadla bayaphuza kanye naye, balokhu bethi: ‘Mana njalo Nkosi, Adoniya!’