25 Ngoba namuhla wehlile ukuzokwenza umhlatshelo+ wezinkunzi nokukhuluphalisiweyo nezimvu eziningi kakhulu futhi ameme wonke amadodana enkosi nezinduna zebutho no-Abhiyathara umpristi;+ futhi bheka bayadla bayaphuza phambi kwakhe futhi balokhu bethi: ‘Mayiphile iNkosi u-Adoniya!’+