3 Ngoba sanele isikhathi esidlule enisichithe nenza intando yezizwe + lapho niqhubeka ezenzweni zokuziphatha kabi okuhambisana nendelelo, inkanuko engalawuleki, ukuphuza ngokweqile, imicimbi exokozelayo, imicimbi yokuzitika ngotshwala nokukhonza izithombe okunyanyekayo. +