13 Khona-ke u-Abrahama waphakamisa amehlo akhe wabheka, futhi laphaya phambili, ekujuleni kuleyo ndawo, kwakukhona inqama ibambeke ngezimpondo ehlozini. Ngakho u-Abrahama waya wayithatha inqama wanikela ngayo njengomnikelo wokushiswa esikhundleni sendodana yakhe.+