12 Khona-ke ngavuka ebusuku, mina kanye nedlanzana lamadoda, futhi angikutshelanga muntu+ lokho uNkulunkulu wami ayekufaka enhliziyweni yami ukuba ngikwenzele iJerusalema,+ futhi ngangingahambi nasilwane esifuywayo ngaphandle kwaleso engangisigibele.