-
UJesu Uthuma Abangu-70Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila
-
-
Umbiko wenkonzo omuhle kanjalo ngokuqinisekile uyamjabulisa uJesu, ngoba uyasabela: “Ngabona uSathane ewa ezulwini njengonyazi.
-
-
UJesu Uthuma Abangu-70Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila
-
-
UJesu uyazi ukuthi ngemva kokuzalwa koMbuso kaNkulunkulu esikhathini sokuphela, uSathane namademoni akhe kumelwe baxoshwe ezulwini. Kodwa manje lokhu kuxoshwa kwamademoni angabonakali ngabantu benyama kusebenza njengesiqinisekiso esengeziwe salesosenzakalo esizayo. Ngakho-ke, uJesu ukhuluma ngokuwa kwesikhathi esizayo kukaSathane ezulwini njengokuqinisekile.
-