Amazwi omeluleki kufanele aqinise abanye
16:4, 5
UJobe wacindezeleka futhi waba lusizi, ngakho wayedinga ukusekelwa nokukhuthazwa abanye
Abangane bakaJobe abathathu abamduduzanga ngalutho. Kunalokho bamsola, banezela ekukhathazekeni kwakhe
Amazwi kaBhilidadi angenamusa enza uJobe walila ecindezelekile