Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Liyoba Yini Ikusasa Lezimvu Nezimbuzi?
    INqabayokulinda—1995 | Okthoba 15
    • 4. Yini eshiwoyo ngoJesu ekuqaleni komfanekiso wezimvu nezimbuzi, futhi obani abanye okukhulunywa ngabo?

      4 UJesu uqala umfanekiso ngokuthi: “Lapho iNdodana yomuntu ifika.” Cishe uyazi ukuthi “iNdodana yomuntu” ingubani. Ababhali bamaVangeli babevame ukusebenzisa leyo nkulumo kuJesu. Ngisho noJesu ngokwakhe wakwenza, ngokungangabazeki ecabanga ngombono kaDaniyeli ‘wonjengendodana yomuntu’ eya koMdala Wezinsuku ukuba yamukele “ukubusa, nobukhosi, nombuso.” (Daniyeli 7:13, 14; Mathewu 26:63, 64; Marku 14:61, 62) Nakuba uJesu engoyinhloko kulomfanekiso, akayedwa. Ngaphambili kulenkulumo, njengoba icashunwe kuMathewu 24:30, 31, wayethe lapho iNdodana yomuntu ‘iza namandla nenkazimulo enkulu,’ izingelosi zayo ziyoba nendima ebalulekile. Ngokufanayo, umfanekiso wezimvu nezimbuzi uveza izingelosi zinoJesu lapho ‘ehlala phansi esihlalweni sakhe sobukhosi esikhazimulayo’ ukuba ahlulele. (Qhathanisa noMathewu 16:27.) Kodwa loMahluleli nezingelosi zakhe basezulwini, ngakho ingabe kukhulunywa ngabantu kulomfanekiso?

  • Liyoba Yini Ikusasa Lezimvu Nezimbuzi?
    INqabayokulinda—1995 | Okthoba 15
    • Izingelosi zikanye nayo Izingelosi zifika nayo

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela