-
Izinkolo Zamanga Zimmelela Kabi UNkulunkuluPhila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
-
-
Izinkolo zamanga ‘zikhethe ukukholelwa emangeni kunaseqinisweni likaNkulunkulu.’ (Roma 1:25) Ngokwesibonelo, izinkolo eziningi azibafundisi abalandeli bazo igama likaNkulunkulu. Kodwa iBhayibheli lona lithi igama likaNkulunkulu kumelwe lisetshenziswe. (Roma 10:13, 14) Lapho kwenzeka izinto ezimbi abanye abaholi benkolo bathi yintando kaNkulunkulu. Kodwa amanga lawo. UNkulunkulu akalokothi abangele izinto ezimbi. (Funda uJakobe 1:13.) Kuyadabukisa ukuthi amanga afundiswa izinkolo enza abantu baqhele kuNkulunkulu.
-
-
Kungani Kukhona Ububi Nokuhlupheka?Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
-
-
4. Ubani obangela ukuhlupheka?
Abantu abaningi bakholelwa ukuthi nguNkulunkulu obusa izwe. Kuyiqiniso yini lokho? Dlalani IVIDIYO.
Fundani uJakobe 1:13 neyoku-1 Johane 5:19, bese nixoxa ngalo mbuzo:
Ingabe uNkulunkulu ubangela ukuhlupheka nobubi?
-