Duteronomi 13:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 “Uma kungenzeka kuvuke phakathi kwakho umprofethi+ noma umphuphi+ wephupho akunike isibonakaliso noma ibika,+ Jeremiya 14:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 UJehova waqhubeka wathi kimi: “Abaprofethi baprofetha amanga egameni lami.+ Angibathumanga, futhi angizange ngibayale noma ngikhulume nabo.+ Baprofetha kini+ umbono wamanga nokubhula nento engasizi ngalutho+ nokukhohlisa kwenhliziyo yabo. Jeremiya 28:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 UHananiya+ waqhubeka wathi phambi kwamehlo abo bonke abantu: “Yilokhu uJehova akushilo,+ ‘Phakathi neminyaka emibili egcwele ngizoliphula kanje ijoka likaNebukhadinezari inkosi yaseBhabhiloni lisuke entanyeni yazo zonke izizwe.’”+ UJeremiya umprofethi wazihambela ngendlela yakhe.+ Hezekeli 13:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 “Baboné umbono ongelona iqiniso nokubhula okungamanga,+ labo abathi, ‘Usho kanje uJehova,’ kuyilapho uJehova engabathumanga, futhi balinda ukuba kugcwaliseke izwi.+ Mathewu 7:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 “Qaphelani abaprofethi bamanga+ abeza kini bembethe isikhumba semvu,+ kodwa ngaphakathi beyizimpisi eziphangayo.+
13 “Uma kungenzeka kuvuke phakathi kwakho umprofethi+ noma umphuphi+ wephupho akunike isibonakaliso noma ibika,+
14 UJehova waqhubeka wathi kimi: “Abaprofethi baprofetha amanga egameni lami.+ Angibathumanga, futhi angizange ngibayale noma ngikhulume nabo.+ Baprofetha kini+ umbono wamanga nokubhula nento engasizi ngalutho+ nokukhohlisa kwenhliziyo yabo.
11 UHananiya+ waqhubeka wathi phambi kwamehlo abo bonke abantu: “Yilokhu uJehova akushilo,+ ‘Phakathi neminyaka emibili egcwele ngizoliphula kanje ijoka likaNebukhadinezari inkosi yaseBhabhiloni lisuke entanyeni yazo zonke izizwe.’”+ UJeremiya umprofethi wazihambela ngendlela yakhe.+
6 “Baboné umbono ongelona iqiniso nokubhula okungamanga,+ labo abathi, ‘Usho kanje uJehova,’ kuyilapho uJehova engabathumanga, futhi balinda ukuba kugcwaliseke izwi.+
15 “Qaphelani abaprofethi bamanga+ abeza kini bembethe isikhumba semvu,+ kodwa ngaphakathi beyizimpisi eziphangayo.+