Duteronomi 4:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 “Ngakho kumelwe niyinakekele kahle imiphefumulo yenu,+ ngoba anibonanga simo+ ngosuku uJehova akhuluma nani ngalo eHorebe phakathi komlilo, Isaya 40:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Ningamfanisa nobani uNkulunkulu,+ futhi yisiphi isimo eningasibeka eceleni kwakhe?+ Johane 1:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Akekho umuntu oye wabona uNkulunkulu noma nini;+ unkulunkulu ozelwe yedwa+ osesifubeni+ sikaBaba nguye oye wamchaza.+ Johane 4:24 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 24 UNkulunkulu unguMoya,+ futhi abamkhulekelayo kumelwe bakhulekele ngomoya nangeqiniso.”+
15 “Ngakho kumelwe niyinakekele kahle imiphefumulo yenu,+ ngoba anibonanga simo+ ngosuku uJehova akhuluma nani ngalo eHorebe phakathi komlilo,
18 Akekho umuntu oye wabona uNkulunkulu noma nini;+ unkulunkulu ozelwe yedwa+ osesifubeni+ sikaBaba nguye oye wamchaza.+